Vuma obovu or Vuma omhlophe

Vumakubangoma or Uvuma umuthi isilawu lomuthi ubulawu obunamandla kakhulu. Lomuthi wenza uthandeke, umuthi wokushela lona ngizosho ngoba usetshenziswa izinsizwa ezeshelayo. Uvuma uwubulawo bezinsizwa, izangoma ziyawusebenzisa kakhulu futhi lomuthi. Uvuma umuthi uyasebenza ekwelapheni amaphupho amabi. Uvuma omhlophe uyalenza igobongo ledlozi noma igobongo lesithunywa.

Uvuma omhlophe or uvuma obomvu uyangena kulemithi elandelayo:

Ukuphupha uvumakubangoma umuthi

Amaphupho ngomuthi uvumakubangoma, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi uvumakubangoma? Ukuphupha umuthi uvumakubangoma ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Ntongana zibomvana / Ntongana zibomvu/ NDONGANA ZIBOMVU / (isgenama) isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. Usetshenziswa emithini eliswana nabathakathi. Usetshenziswa emithini yokususa isilwane.
Usiphahluka isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. Usetshenziswa emithini yokuthandeka. Lomuthi wenza okunika okumayelana nokuphahluka, isibonelo: uyawusebenzisa kumuntu wakho lapho ediniwe engakutsheli inkinga ikephi, avele aphahluke akuxoxele konke okungamphethe kabi.
Shongwe isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Ufaka emithini yemali. Ufaka emithini yenhlanhla. Liyasetshenziswa abantu besifazane ukwenza inanazi ibe tight, liyangena kwabelisi kwimbiza yokuvuka embhedeni. Lelapha izilonda emaphashini, emathunjini, izinso njalo njalo.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp